iFinex House indawo egcina abantu besifazane abahlukumezekile nezingane zabo ikakhulukazi labo abakhubazekile, kanye nabesifazane abashushumbisiwe. Sinezinqola(wheelchairs), nezindawo zokubuka umabonakude, sibe namalift angaphakathi. IFinex House inika usizo olufanele kuwona wonke umuntu wesifazane ohlukumezekile uyaninxusa ukuthi nizifonele lolusizo.
Abesifazane abathathu bazisungulela iFinex Houe ngo 1983. Isiqubulo sethu sithi “Mina ngedwa”. Imisini ukunika umpheme nosizo kubona bonke abesifazane abahlukumezekile ikakhulukazi labo abalaxazwe yilabo ebebekade bebasiza. iFinex House inikeza umpheme ngokuphuthumayo.
Amanye amasevisi owanikwa yiFinex Houe ilawa alandelayo.
v Sinendlela yewheelchair
v Sinamakamelo enemibhede awu32
v Ucingo onglufonela amahora angu 24 hr 617-288-1054
v Sinomumeli oya ecourt nabesifazane abahlukumezekile.
v Usizo ngendawo yokuhlala
v Sincenda ngokuthutha
v Ukugwema ukungaboni ngasolinye
v Siphendula ngokushesha uma kuphuthuma
v Bayakubandlulula kwizidingo eziphuthumayo
v Sinika isaphothi ez
v Sisaphotha izingane namaprojecti asaphotha iday care
v Siyasiza nge sign language, Spanish, Vietnamese, French kanye ne Haitian Creole.
v Sinceda futhi nokubuyisela isimilo
v Sinceda nokunye okuningi
Finex House
PO Box 300670
Jamaica Plain, MA 02130
617-436-2002
Fax 617-287-0553
finex@finexhouse.org